I-EFF izokwenza isiphakamiso sokufakwa kwamabhange ngaphansi kukahulumeni

Umholi we-EFF uJulius Malema kulindeleke ukuba ahole isiphakamiso sasePhalamende mayelana nokuthi kufakwe ngaphansi kukahulumeni amabhange akuleli ngaphandle kwesinxephezelo.

Lesi siphakamiso kulindeleke ukuba senzeke ngo-14:00 ntambama ePhalamende likazwelonke ngoLwesibili (namhlanje).

FUNDA NALOLU DABA: Izinkampani ezingu-50 ezikwi-JSE, okubalwa ne-JSE, aziwulandeli umthetho wezabasebenzi

I-EFF ichaza ukufakwa kwamabhange ngaphansi kukahulumeni njengezinye zezisekelo eyakhelwa kuzona futhi engagudluki kuzona.

Image: DIRCO

Related Posts