UBaxter uselibophele iqembu leBafana azogadla ngalo koweSenegal

Umqeqeshi weBafana Bafana uStuart Baxter usememezele iqembu lakhe labadlali abangu-11 abazodlala neSenegal emdlalweni wokuhlungela iFIFA World Cup nozodlalelwa eDakar kwelase-Senegal.

Liboshelwe kanje iqembu leBafana Bafana:

Abazoqala umdlalo: (16) Itumeleng Khune (captain), 6. Thamsanqa Mkhize, 18. S’Fiso Hlanti, 2. Clayton Daniels, 23. Morgan Gould, 5. Dean Furman, 8 Bongani Zungu, 12. Themba Zwane, 19 Percy Tau, 7. Keagan Dolly, 20 Sibusiso Vilakazi

FUNDA NALOLU DABA: UBaxter uthi uzokhetha iqembu eliqine kakhulu koweBafana neSenegal

Ebhentshini: Wayne Sandilands, Erick Mathoho, Tebogo Langerman, Lebogang Manyama, Siphiwe Tshabalala, Kamohelo Mokotjo, Tiyani Mabunda, Dino Ndlovu, Andile Jali, Bradley Grobler, Phakamani Mahlambi, Motjeka Madisha

Umqeqeshi: Stuart Baxter

Image: SAFA Twitter account

Related Posts